Bekezela
Página inicial > B > Bekezela > Bekezela

Bekezela

Bekezela


He ntombi yami we
Mus' ukukhala ngilinde ndiyabuya wewewewe

Bekezela ngilinde ntombi yami
Ngilinde ngiyabuya dali wami
Bekezela ngilinde ntombi yami
Ngilinde ngiyabuya dali wami

Shova malanga makuphele unyaka
Ngibone isthandwa sami
Sthandwa sami engakudcina kudala
Sthandwa sami ngiyakukhumbula
Shova malanga makuphele unyaka
Ngibone isthandwa sami
Sthandwa sami engakudcina kudala
Sthandwa sami ngiyakukhumbula

Bekezela ngilinde ntombi yami
Ngilinde ngiyabuya dali wami
Bekezela ngilinde ntombi yami
Ngilinde ngiyabuya dali wami

Shova malanga makuphele unyaka
Ngibone isthandwa sami
Sthandwa sami engakudcina kudala
Sthandwa sami ngiyakukhumbula
Shova malanga makuphele unyaka
Ngibone isthandwa sami
Sthandwa sami engakudcina kudala
Sthandwa sami ngiyakukhumbula

Uma ungekho la eduze nami
Isikhathi ngathi asihambi
Izinto ngathi azenzeki
Uma ungekho la eduze nami
Isikhathi ngathi asihambi
Izinto ngathi azenzeki
Shiya oo

Bekezela ngilinde ntombi yami
Ngilinde ngiyabuya dali wami
Bekezela ngilinde ntombi yami
Ngilinde ngiyabuya dali wami

Ngithemba ukhathele
Ukuhlala ugijima engqondweni yami
Mangikhumbul' ubusuku lemini
Ngicabanga ngawe njalo nje
Ngithemba ukhathele
Ukuhlala ugijima engqondweni yami
Mangikhumbul' ubusuku lemini
Ngicabanga ngawe njalo nje

Oh uthixo kusihlwa leli langa
Lapho ewel' ezandleni zami njalo
Nguwe kuphela owaziyo

Uzomenzani umntana bantu
Uzomenzani umntana bantu
Uzomenzani umntana bantu
Uzomenzani umntana bantu

Uzomenzani umntana bantu (zomenzani umntana bantu)
Uzomenzani umntana bantu (zomenzani umntana bantu)
Shiya oh oh (zomenzani umntana bantu)
Shiya wewewe (zomenzani umntana bantu)
Sizo jabulelana kanjani (zomenzani umntana bantu)
Sizo jabulelana kanjani (zomenzani umntana bantu)
(zomenzani umntana bantu)
We we we (zomenzani umntana bantu)

Bekezela ngilinde ntombi yami
Ngilinde ngiyabuya dali wami
Shiya oh (Bekezela)
Shiya we (Ngilinde ntombi yam)
Shiya oh (ngilinde)
Shiya we (ngiyabuya dali wami)
Shiya ma ma ma (Bekezela)
Shiya wele le le le (ngilinde ntombi yam)
Shiya oh ohoh (ngilinde)
Shiya ma ma ma (ngiyabuya dali wami)
Shiya wele le le (bekezela ngilinde ntombi yami)
Ngilinde ngiyabuya dali wami

Letra enviada por

Encontrou algum erro na letra? Por favor, envie uma correção >

Compartilhe
esta música

Ouça estações relacionadas a Bekezela no Vagalume.FM

ESTAÇÕES